We’ve updated our Terms of Use to reflect our new entity name and address. You can review the changes here.
We’ve updated our Terms of Use. You can review the changes here.

Sigula sonke

by Ntombela

/
  • Streaming + Download

    Includes unlimited streaming via the free Bandcamp app, plus high-quality download in MP3, FLAC and more.
    Purchasable with gift card

      $1 USD  or more

     

about

The concept came about when I was going through a lot in my life and I felt like I needed someone to talk to, but I noticed a dark cloud stress covering a wider space than usual. I came to a conclusion that everyone is sick - sick in different forms, shapes and sizes.

lyrics

[Verse 1]
Besifuna ukudla ngoludala, kuzofana masigula sonke
Kunamaphuth’ amahl’ engeke siwaphinde insizwa mayiqonde
Inyathuko iyakucula, ameva asakhula bazibuza bonke
Kuhle is’buko sibheke kubo ukuzibona kwenza bangizonde
Konje nangivuma ningafuni ukugula kwami kuhlala kuphi?
Kuqala kuphi? Singathandana kwala kuphi?
Ngamafuphi ningalalela esami skhala bangaduki
Ngeke nimzibe unoxhaka nidla phansi abakanicuphi
Umnqolo ngeke uyibambe inkunzi, kukhala idosha kunuka ukusha
Kuhle okwamathafa eb’sika aqala ukoma sifun’ ukusha
Ithuba lamanya yinsizwa engeke izibone ingeka hlushwa
Iphetha ek’qaleni okwendingiliz’ ababusuthi ubusha
Ngababumba buka bazifundisa ukuphika bazophuka
Ncamashi nokudla bathengisa ukugula bathi ukuhluka
Ibanjwe ngesokufa ukusa kusangathuka mawungavuka
Usithola kulemifula sitheng’ imithandazo ngalo uzuka

[Chorus]
K’qina amasaka abanikazi sigula sonke
athwele iy’nhlanhla, athwele iy’nkinga zalomhlaba osihlula sonke
K’sinda amagwala ngeke umdali anizwe nonke
Angelona ivaka kodwa kuyala ukuthi ngilwe nabo bonke
K’qina amasaka abanikazi sigula sonke
athwele iy’nhlanhla, athwele iy’nkinga zalomhlaba osihlula sonke
K’sinda amagwala ngeke umdali anizwe nonke
Angelona ivaka kodwa kuyala ukuthi ngilwe nako konke

[Verse 2]
Yazi angazithola acwila ofisa izimfihlo zakaSgidi
Onamandla okusiqalekisa wathi solithenga ngey’gidi
Kwathi kuphatha amankengan’ alikwazanga ukubuyela kithi
Angithi ithemba nakigubhela labuya lihamba nemithi (ah)
Sigula sonke lokuhlanya yisipho ungasiphiki
Nalamambuka aney’khundla ukubalwisa manje akusasizi
Lemithetho yangaphandle seyikwazi ukusakhela imizi
Bangithume ngesinye iskhathi maning’biza futhi angizi
Senijwayele iy’nkinga zethu nichaya ngazo
Nali ucingo unganyakazi lento ingakuphendula uhlazo
Vele injalo uDladla angaphenduka uDludla sayangabo
Bakhohliw’ ukuthi sayithatha singafuni lemigcabo
Ngitshela abantu ukuthi uBaba angimazi ngob’ ubab’ uNkabi
Sekawuzwile umculo athi ungathuki ukhulume ungasabi
Kuthi ngikhapha abantu kwabaphansi akusenzi abantu ababi
Kuhle ukuthi abantu bazi kuze ibhaked’ ungalikhabi

credits

released July 24, 2023
Blessings to uNkabi
Cover art by Mshini
Produced by Dj Malefactor
Mixed and mastered by SPeeKa

license

all rights reserved

tags

about

Ntombela South Africa

Wawuhlezi wazi ukuthi ikhona, kodwa awukaze ucabange ukuthi uzoke uyizwe.

contact / help

Contact Ntombela

Streaming and
Download help

Report this track or account